Amaphoyisa acela usizo lomphakathi kubanjwe oweqa esezogwetshwa

2018-02-06 12:29

eThekwini - Amaphoyisa aseMpumalanga acela umphakathi ulekelele ngolwazi oluzowasiza kubanjwe isigebengu.

USimphiwe Mbonani watholakala enecala lokubulala nokuphanga ehlomile, kodwa akazange agwetshwe.

Lokhu kungenxa yokuthi uMbonani akazange abuyele enkantolo ukuze ezogwetshwa ngemuva kokulahlwa yila macala, kubika iMpumalanga News.

OLUNYE UDABA:Kutholakale isidumbu emotweni eshile

Kwesinye isigameko, amaphoyisa asendaweni yaseTonga athungatha abasolwa ababulale isalukazi esineminyaka engu-81 ubudala ngeSonto ekuseni.

Ngokwemibiko etholwe ngamaphoyisa, lesi salukazi esingumalumekazi wenkosi kuleya ndawo, sidutshulwe sabulawa esigodlweni saseMawewe.

Kuthiwa abasolwa baphula iwindi kwelinye lamagumbi okulala ukuze bangene endlini.

Kuzwakale sekuqhuma isibhamu nokuyilapho inkosi ibize amaphoyisa afike esephelezelwa abezimo eziphuthumayo.

Ngesikhathi efika amaphoyisa, athole lesi salukazi sesithule sinenxeba lokudutshulwa.

Uma ekhona onolwazi ngalesi sigameko nokuthi abasolwa bangatholakala kuphi angaxhumana noColonel Alex Mahlahlani ku-082 318 9865.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.