Amaphoyisa acela usizo ngekhehla eliduke eWeenen

2016-07-12 12:31

Weenen - Amaphoyisa aseWeenen acela umphakathi uwafunise umuntu olahlekile ogamalakhe nguBhekinkosi Mbhele, 78, waseWeenen.

UMbhele wagcina ukubonakala ngomhlaka-16 Juni 2016 ebheke ekhaya ngezithuba zabo-17:00 kodwa akazange afike ekhaya.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa owesifazane odukile embazwana

Ngokusho kwesitatimende samaphoyisa wagcina ukubonakala egqoke ijezi elimnyama, ijakhethi eluhlaza, ibhulukwe eli-brown namabhuzu amnyama.

Onolwazi ngokuduka kwaleli khehla uyacelwa ukuba athintane noWarrant Officer S.M Madondo ku-036 354 1611 noma ku-082 462 9313 noma athinte uCrime Stop ku-08600 10111.


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.