Amaphoyisa acela usizo ngokubulawa komshayeli wetekisi e-KZN

2017-10-17 09:30

Durban - Amaphoyisa acela usizo kumalungu omphakathi kulandela ukubulawa komshayeli wamatekisi owabulawa ngoLwesihlanu lwangomhlaka-13 Okthoba 2017.

Kusolakala ukuthi ngezithuba zabo-17:00, uKhehla Raymond Dladla, 43, wayehlisa umuntu erenki yamatekisi aseBhamshela ngesikhathi edutshulwa ngamadoda amabili angaziwa.

Umufi wathola amanxeba amabili okudutshulwa ebusweni nasemhlane.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa acela usizo ngababulale umlimi, balimaza umndeni wakhe

Ngokwesitatimende samaphoyisa lo mshayeli waphuthunyiswa esibhedlela lapho efike washonela khona.

Kwavulwa icala lokubulala esiteshini samaphoyisa aseNsuze ukuze kuzophenywa.

Onolwazi ngesigameko uyacelwa ukuba axhumane nomseshi uDetective Sergeant Mboa ku-082 462 9019 noma ku-032 294 9811 noma ashayele iCrime Stop ku-08600 10111. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.