Amaphoyisa acela usizo ngokufuniswa abadukile

2018-01-03 19:33

Durban - Amaphoyisa aKwaNongoma acela usizo emphakathini ngokufuniswa ingane ogama layo ngu-Aneliswa Mavimbela, onezinyanga ezingu-19 ezelwe wasendaweni yaseBhanganomo kwaNongoma. 

Kusolwa ukuthi ngomhlaka-30 Disemba 2017, izingane zazidlala ekhaya, ugogo wazo wazumeka.

Ngesikhathi esevuka ekulaleni wabona ukuthi akekho u-Aneliswa, ingane eyayidlal naye yakhomba ezansi komgwaqo, lokhu kungokusho kwesitatimende samaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa acela usizo lokufuniswa ingane edukile

U-Aneliswa wagcina ukubonakala egqoke ingubo eLime nezicathulo ezi-pink.

Onolwazi ngalolu daba uyacelwa ukuba axhumane noWarrant Officer Mkhonza wamaphoyisa akwaNongoma ku-76 459 4255 noma u-035 836 1039 noma ashayele uCrime Stop ku-08600 10111

Khonamanjalo amaphoyisa aseMlazi ecala usizo emphakathini ngokufuniswa indoda edukile, uNkosinathi Mbuso Shange, 34, waseMlazi.

Ngokusho kwesitatimende samaphoyisa uShange ugcine ukubonakala egqoke ijakhethi eluhlaza, isikhindi esinokubomvu nokuluhlaza nophaqa abamnyama.

Onolwazi ngokuduka kwaShange uyacelwa ukuba axhumane noLieutenant Colonel Mkhize ku-031 908 0040/031 908 0026 noma ashayele u-Crime Stop ku-08600 10111.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.