Amaphoyisa adubule obehlasela ngesando

2017-06-07 09:30

Paris – Amaphoyisa aseFrance adubule alimaza owesilisa obehlasela elinye iphoyisa ngesando ngaphandle kwaseNotre Dame Cathedral eParis, elokhu ememeza ekuthi wenzela iSyria.

Imithombo yamaphoyisa ithi iphoyisa lithole ukulimala okungatheni emqaleni, esigamekweni esenzeke ngesikhathi izwe laseFrance liqinisa ezokuphepha kulandela isigameko sobushokobezi esenzeke eLondon ngempelasonto.

OLUNYE UDABA: Sekuboshwe 12 wabantu ngesehlakalo saseLondon

Amaphepha atholakale kumsolwa amchaze njengowesilisa wase-Algeria oneminyaka engu-40 ubudala obenza izifundo ze-Information Science enyuvesi esempumalanga yeFrance.

Umsolwa ngokuhamba kwesikhathi uthe uyisosha leqembu le-Islamic State, ngokusho kwemithombo esondelene nophenyo.

Umsolwa udutshulwe ngamaphoyisa esifubeni kanti uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kwehora edutshuliwe, ngenxa yokuthi bekusaqinisekiswa ukuthi kuphephile yini.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.