Amaphoyisa afuna umculi nentombi yakhe ababaleke ehhotela bengakhokhile

2017-05-21 13:33

Johannesburg - Umculi weSoul uKabomo nowesimame ogama lakhe nguPalesa Mashiyane babhukhe ehotela likanokusho batanasa bazidelisa.

Laba bobabili kuthiwa bakhande isikweletu sika-R24 152 ngezinsuku ezimbalwa behleli kuleli hotela.

UR 7 000 yisikweletu sokudla neziphuzo kuphela. Isiliphu sibonisa ukuthi amatafula bewadekiwe impela kukhona yonke inhlobo yenyama, kuphuzwa neziphuzo eziphambili, wubhiya, ugologo, ngisho nalobutshwala obusashukela.

Iphephandaba iSunday Sun lithole ukuthi umnikazi waleli hotela uTGail Hamilton-Brown uzamile ukuxhumana nabo ukuze bakhokhe lesi sikweletu.

Ngemuva kwezinyanga ebancenga, laba bakhokha imali engango-R11 000 kwasala isikweletu sika-R13 152,

OLUNYE UDABA:Usaziwayo udalule ukuthi akakwazi ukuthola abantwana

Kwenye yamameyili ebhalwe uPalesa ebhalela uGail uthe: “Isimo sethu sezimali sibenzima kakhulu selokhu savakashela lapho, kunzima kakhulu ukuhlanganisa imali engango-R14k.

Ngokwamaphepha avezwe uGail, lo somabhizinisi uke wazama ukutshela laba bobabili ukuthi bangakhokha kancane kancane kodwa kwangaphumelela nalokho.

UGail uvule icala lokukhwabanisa emaphoyiseni aseParkview.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.