Amaphoyisa ahlakaze ababhikishi ngezinhlamvu zenjoloba e-EL

2016-08-03 13:30

East London – Amaphoyisa asebenzise isisi esikhalisayo kanye nezinhlamvu zenjoloba ukuhlakaza izakhamuzi ezivale umgwaqo ngamathayi ezimoto eCambridge e-East London ngosuku lokuvota.

Ababhakishi bajikijele ngamatshe intatheli yeNews24.

Ithimba lamaphoyisa lizamile ukulawula isixuku. Kuboshwe inqwaba yabantu.

Funda nalolu daba: UMaimane uyayiphika eyokushintshana ngamavoti ne-EFF

Izakhamizi zithi zifuna ilungu le-ANC uMbulelo Vula abeyikhansela lazo, hhayi lo abakhethelwe yena ukuba angenele ukhetho.

"Sifuna umuntu ozaziyo izinkinga zethu – esimtholile ungowase-Amalinda. Asimfuni," kusho u-Ayanda Beda oyisakhamuzi. 

Omunye wesifazane uthe kuboshwe ugogo wakhe eyovota.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.