Amaphoyisa amahlanu athweswe icala ngokudubula intombazane

2016-07-14 10:00

Kingston – Abaseshi baseJamaica bathweswe icala amaphoyisa amahlanu ngokulimaza kabi intombazanyana esehlakalweni esichazwe ngabazibonela njengesiwubudedengu.

I-Independent Commission of Investigations iphenya abezokuphepha ngokuziphatha kwabo kuleliya lizwe laseCaribbean.

Inamandla okubopha nokutheswa icala amaphoyisa kanye namasosha ngokwephula umthetho.

Funda nalolu daba: Zithwele kanzima izibhedlela zaseNdiya

NgoLwesithathu, ithweswe amaphoyisa amahlanu icala ngesehlakalo sangoJuni 30 lapho kwadutshulwa khona umfundi owayegibele itekisi eyamiswa amaphoyisa.

Inombazane yadutshulwa ekhanda kodwa yasinda.

Amaphoyisa amane athweswe icala lokungaziphathi kahle nokwehluleka ukuphendula imibuzo nokwenza kusolakale ukuthi adubula ngamabomu.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.