Amaphoyisa aphenya elentombazane ‘evuke ekufeni’

2017-05-21 18:30

Lilongwe – Amaphoyisa aseMalawi aphenya isigameko sentombazane yesikole okuthiwa ivuke ekufeni, kusho umbiko wabezindaba.

Ngokusho kombiko weNyasa Times, le ntombazane, ekuthiwa yashona ngo-1997, itholakale ithwabaza eNamulenga, esifundeni iMulanje, ngoLwesithathu.

Amaphoyisa asiqinisekisile lesi sigameko, athi le ntombazane ibonwe ngomunye wesifazane oyibuze ukuthi ingubani yathi udaba lwayo izoluchazela amaphoyisa kuphela.

Kuthe uma ifika esiteshini samaphoyisa, le ntombazne yaqala yenza izinto “ezididayo”, kwadingeka ukuthi amaphoyisa ayihambise esibhedlela. Onesi bafike bayithatha njengesiguli esihanjelwe umqondo.

OLUNYE UDABA: Usevuke kathathu ekufeni ona-106

Kuthiwa uphenyo lusaqhubeka njengoba amaphoyisa esazama ukuthola izihlobo zayo.

NgoFebhuwari, iMalawi24 yabika ukuthi umfana, 16, wavuka ekufeni ngemuva kweminyaka eyishumi ashona.

Ukuvuka ekufeni kukaMichael Katugwa kwashiya abantu abaningi bebambe ongezansi, abanye banqamula izinkalo beze esigodini sangakubo befuna ukuzibonela lo mhlola.

“Ubaba uthi indodana yakhe yashona ngo-2007 ineminyaka eyisithupha ubudala kulandela ukugula isikhathi esifushane,” kucashunwa amaphoyisa ngaleso sikhathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.