Amaphoyisa aphenya elokubulawa kwabathathu e-KZN

2017-02-16 17:59

Durban - Amaphoyisa aseMsinga, KwaZulu-Natal, aphenya isigameko sokubulwa kwabantu abathathu endaweni yaseMawozeni.

Izisulu zitholwe zishonile emotweni zinamanxeba okudutshulwa ngoLwesithathu ebusuku.

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant-ColonelThulani Zwane uthe imbangela yokubulala ayikaziwa wabe esenxusa amalungu omphakathi ukuba axhumane namaphoyisa uma enolwazi ngesigameko.

OLUNYE UDABA: Kutholwe izidumbu ezintathu zidindilize phambi komnyango

"Ngesikhathi amaphoyisa efika endaweni yesigameko afice izidumbu ezintathu emotweni yohlobo lwe-Toyota Corrola, zinamanxeba okudutshulwa emzimbeni," kuchaza uZwane.

Amaphoyisa aphinde athola izibhamu ezimbili ezingekho emthethweni nezinhlamvu ezingu-56.

Kuvulwe amacala amathathu okubulala.

 -  SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.