Amaphoyisa aphenya isigameko sokubulawa kwesalukazi eThekwini

2016-08-10 14:30

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya isigameko sokubulawa nokubanjwa inkunzi kwesalukazi esineminyaka engu-81 ubudala esitholwe sesiyisidumbu emzini waso osePhoenix, enyakatho neTheku ngoMsombuluko ebusuku.

OLUNYE UDABA: Kuphenywa isibhedlela ngokufa kwesiguli ebesihlukunyezwa

Okhulumela amaphoyisa uNqobile Qwala uthe kwebiwe nethelevishini ngesikhathi kuphangwa, kubika iNewswatch.

"Kusolwa ukuthi ucinwe umoya ngomqamelo, bekungakaboshwa muntu okwamanje kodwa uphenyo luyaqhubeka," usho njalo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.