Amaphoyisa aphenya ngokubulawa kowesilisa, 19, ePaarl

2017-03-29 07:12

Cape Town – Owesilisa oneminyaka engu-19 udutshulwe wabulawa endaweni yasePaarl, eWestern Cape, ngoMsombuluko ebusuku.

Amaphoyisa athi akukacaci kahle ukuthi kwenzakaleni ngesikhathi kusaselwa lo mlisa.

Okhulumela amaphoyisa Captain FC van Wyk uthe akwaziwa ukuthi iyini imbangela yokuhlaslewa kukamufi kanti futhi akukaboshwa muntu.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe umkhongi nomkhwenyana bekade beyolobola

Kwesinye isigameko esenzeke ePolokwane, umphakathi uphume umkhankaso wokulwa nokudayiswa kanye nokusetshenziswa kwezidakamizwa.

Lo mphakathi uthathele emgwaqeni ucula izingoma zokulwa nezidakamizwa, washisa izimoto ezine kanye nezitolo zabokufika ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho.

Lokhu kwenzeke ngoLwesibili, kanti ngokusho kukaLieutenant-Colonel Moatshe Ngoepe udlame luqale ngoMsombuluko.

“Amabhizinisi amaningi abevaliwe ngoLwesibili ngokubonakala kokuqina kodlame lomphakathi,” kusho yena.

UNgoepe uthe abanayo imininingwane egcwele kanti bazolinda labo abalimele ukuba bavule amacala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.