Amaphoyisa aphenya ngokwebiwa kobucwebe buka-R8 million

2017-02-14 12:33

eKapa – Amaphoyisa aphenya ngesigameko sokwebiwa kobucwebe benani likaR8 million esikhumulweni sezindiza.

Kuthiwa lobu bucwebe buthengwe owesilisa endalini yezimpahla ezidliwe eGoli ngeSonto njengoba egetshengwe esikhumulweni sezindiza eKapa.

Ithe ifika eKapa, lendoda yahlaselwa yizigebengu ebezihlomile zahlula lo wesilisa nonogada bakhe abane ngamandla.

OLUNYE UDABA:Kwebiwe ubucwebe bezigidi emzini waseThekwini

Okhulumela amaphoyisa uFrederick van Wyk uthe: “Isisulu besihamba nonogada bakhe ngesikhathi behlaselwa amadoda ayisithupha ephethe ama-R4 kanye nama-R5. Kulesi sehlakalo kugetshengwe nonogada oyedwa othathelwe umakhalekhukhwini.”

 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.