Amaphoyisa aqinisa umkhankaso wokulwa nobugebengu

2017-06-14 07:04

eManguzi - Umkhankaso wokulwa nobugebengu emingceleni yesifundazwe sekuvune izithelo njengoba sekuboshwe amaphoyisa angobhongoza, ukutholakala kwezimoto ezebiwe kanye nezidakamizwa.

UNgqongqoshe wezokuThutha, ezokuPhepha nokuXhumana koMphakathi uMxolisi Kaunda utshelwe yizikhulu zamaphoyisa ngempumelelo yawo emva kokutshalwa kwamaphoyisa esifundazwe kanye nakazwelonke ukulwa nokwebiwa kwezimoto.

Lokhu kulandela ukufika kukaMongameli wezwe uJacob Zuma kule ndawo ezinyangeni ezimbalwa ezedlule waxoxisana nomphakathi, wazibophezela ekulwisaneni nobugebengu emingceleni yakulesi sifundazwe.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa nesiteleka 'esiwumshoshaphansi'

UKaunda ubehambele KwaSkhemelele kuMkhanyakude District, lapho etshelwe khona ngezimoto eziwu-7 ezitholwe ngamaphoyisa kwaboshwa amaphoyisa amathathu. Lokhu kubeke ku-14 isibalo samaphoyisa aseboshwe ngokweqisa umngcele izimoto ezebiwe.

Izolo amaphoyisa abophe umsolwa obeshushumbisa izidakamizwa zenani lika-R140 million. Ubesuka eMozambique elibangise eGauteng, kubika i-KZN Eyethu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.