Amaphoyisa aqinisekise ukuthi uThembisile Yende wabulawa

2017-06-06 07:29

Johannesburg – Imiphumela yokuhlolwa kwesidumbu sikalowo owayesebenza kwa-Eskom, uThembisile Yende, itshengise ukuthi wathola ukulimala ekhanda nasemqaleni ngaphambi kokuthi ashone, kuqinisekisa amaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Kay Makhubele utshele iNews24 ukuthi icala lisaphenywa.

“Siguqule icala ngokushona komuntu salenza kwaba ngelokubulala, kanti sinxusa noma ngabe ngubani ongaba nolwazi ukuba aphumele obala,” esho.

UYende, 29, wangcwatshwa ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA: Uzobekwa ekhaya lakhe lokugcina uThembisile Yende

Isidumbu sakhe satholakala ehhovisi lakhe kwa-Eskom, eSprings, ngomhlaka-27 Meyi. Kwase kuphele izinsuku ezingaphazu kweyishumi adabuka.

Isidumbu satholakala ngemuva kokuthi ezinye izisebenzi zikhale ngephunga elingabekezeleki eliqhamuka ehhovisi lakhe.

Ngesikhathi kubuzwa ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi kungabi khona muntu oqaphelayo ukuthi ihhovisi likaYende solokhu lakhiywa ngemuva kokuduka kwakhe, okhulumela u-Eskom uKhulu Phasiwe wathi: “Ihhovisi lakhe lisendaweni eqhelile.”

"Lingaphandle kwaseSprings. Alifani namahhovisi ajwayelekile okuphithiza abantu kuwo zonke izinsuku.”


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.