Amaphoyisa aseLimpopo athungatha abaqhumise iveni yemali

2018-03-26 08:39

eLimpopo -  Amaphoyisa aseHoedspruit athungatha abasolwa abahlasele bashisa imoto yemali ngoMgqibelo.

Kulesi sigameko kulimale onogada ababili.

"Imoto yemali ibiyamba ku-R40 isuka e-Accornhoek ibheke ngaseHoedspruit ngesikhathi ivinjezelwa yizimoto ezimbili.

"Abantu abebephakathi kulezo zimoto bavele bavulela ngenhlamvu bebhekise kule moto yemali,"kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Moatshe Ngoepe.

OLUNYE UDABA:BUKA: Konke okwenzekile kubanjwa inkunzi imoto yemali

Umshayeli uhlulekile ukuyilawula imoto yaginqika.

Abasolwa bayiqhumise lapho bashaya bachitha nesamba semali engaziwa.

Onogada ababili abalimalile bayalulama esibhedlela.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.