Amaphoyisa aseLimpopo athungatha isiboshwa eseqile

2018-01-12 07:30

Johannesburg - Amaphoyisa aseLebowakgomo ngaphandle kwasePolokwane eLimpopo aseqalile ukuthungatha isiboshwa eseqe esitokisini.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Maphure Manamela uthe lesi siboshwa seqe ngoLwesithathu ntambama.

"Kusolwa ukuthi amaphoyisa enkantolo abhalisa iziboshwa ezizoyovela eNkantolo yeMantshi yaseLebowakgomo ngezithuba zabo-08:30 ekuseni. Ngemuva kokulandela leyo nqubo, iziboshwa zabuyiselwa esiteshini samaphoyisa ngeveni yamaphoyisa, ngesikhathi kufikwa esiteshini, amaphoyisa avula iveni eseyofaka iziboshwa ezitokisini kodwa isiboshwa esisodwa seqa sayongena ehlathini eliseduzane kanti selokhu besingakatholakali.

OLUNYE UDABA:Isiboshwa sishumpule esinye 'induku' ngoba besingafuni ukuya ocansini

"Umsolwa uhlonzwe ngelikaBrian Madoda, 22, odabuka eZimbabwe, obeboshelwe ukuphula umthetho iImmigration Act."

Onolwazi olungaholela ekutheni umsolwa aphinde aboshwe uyacelwa ukuba axhumane noLieutenant-Colonel Mohlala ku-082 565 8234 noma ashayele uCrime Stop ku-08600 10111.


– African News Agency (ANA)

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.