Amaphoyisa asePinetown acela ukufuniswa uThabisile

2017-02-11 12:03

Pinetown - Amaphoyisa esiteshi sasePinetown acela usizo lomphakathi ngokufuniswa owesimame olahlekile.

Amaphoyisa acela ukufuniswa uThabisile Ncayiyane,34, waseRainbow Gardens, Wybank.

Lo wesimame wagcina ukubonakala ngomhlaka 8 kuFebhruwari ngo-2017 ebusuku.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa acela ukufuniswa owesifazane odukile

UThabisile wayehamba ngemoto emhlophe yohlobol we-BMW NU 42854, hatchback 1 series nayo edukile.

Izizathu zokunyamalala kwakhe azaziwa okwamanje.

Uma kukhona onolwazi ngaye noma le moto angaxhumana noColonel Ronnie Buthelezi ku-072 854 8684/ noma uKaputeni Moodley ku-083 789 6964 noma ashayele iCrme Stop ku-08600 10111.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.