Amaphoyisa athembisa ngokubopha ababulale umlingisi

2017-08-04 09:32

Johannesburg - IPhini likaNgqongqoshe wamaPhoyisa, uBongani Mkhongi, lithi banemininingwane eyanele ukuba bangabopha abasolwa ngokudubula babulale umlingisi uDumi Masilela.

UMasilela obeneminyaka engu-31 ubudala kanti udutshulwe wabulawa ngesikhathi izigebengu zizama ukuduna imoto yakhe eTembisa, empumalanga yeGoli ngoLwesithathu ebusuku.

UMasilela ushonele esibhedlela ngoLwesine ekuseni.

OLUNYE UDABA: Sekuphinde kwabulawa omunye umuntu ehostela

UMkhongi uvakashele umndeni eyokhalisana nawo.

“Silandela umkhondo ukuze sibophe lezi zigebengu. Ngicabanga ukuthi uma besekunesikhathi eside zigila le mikhuba kusho ukuthi bezibulala umuntu okokungcina.

“Sizobathola namhlanje (ngoLwesine), ebusuku, kusasa noma ngabe ingempelasonto. Kodwa siyazi ukuthi ukhona umkhondo futhi sizobabopha.”

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.