Amaphoyisa athi abengathunyiwe yi-ANC ebopha otholwe nesibhamu eKZN

2017-10-16 11:00

Durban – Amaphoyisa aKwaZulu-Natal amile ekutheni isikhulu se-SACP esiboshwe ngecala lesibhamu sehlulekile ukuveza izincwadi zaso.

Owesilisa, ophinde abeyilungu eliphezulu le-ANC, uboshwe ngoMgqibelo eMzimkhulu ngokutholakala nesibhamu esingenazo izincwadi.

UZoliswa Nyinde weSouth African Communist Party uthi ozakwabo ngokuhamba kwesikhathi bazamile ukuhambisa izincwadi esiteshini samaphoyisa, kodwa amaphoyisa abatshela ukuthi iLuthuli House ikhiphe umyalelo wokuba agcinwe esitokisini umsolwa.

Amaphoyisa nokho ayaziphika lezi zinsolo, athi umsolwa ngesikhathi kutholakala isibhamu ubengaziphethe izincwadi.

OLUNYE UDABA: 'I-ANC kusayilona kuphela ithemba labantu'

Umsolwa kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi eMzimkhulu ngoMsombuluko.

Umsolwa uboshwe ngesikhathi kunezivimbagwaqo ngoMgqibelo ebusuku, wathi uma eseshwa watholakala nesibhamu ahlulekile ukuveza izincwadi zaso.

Kusukela ngo-2009, angu-24 amakhansela asebulewe kulesi sifundazwe, ezigamekweni okusolakala ukuthi zihlobone nepolitiki.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.