Amaphoyisa athi asalandela umkhondo ngokubulawa kwabantu eKZN

2017-10-08 09:42

Johannesburg – Amaphoyisa alandela emininingwane ayitholile engaholela ekuboshweni kwabasolwa abathinteka ekubulaweni komndeni eKZN.

Amalungu amahlanu omndeni owodwa abulawa ngesikhathi kugasela oshayasibhamu emizini yabo ngesonto eNteke ngeledlule.

Kwesinye isigameko, bangu-8 abantu bomndeni owodwa ababulawa, kusona futhi lesi sifundazwe ngesikhathi behlaselwa ngabantu abangaziwa ngesonto eledlule.

OLUNYE UDABA: Kushone ophahlazeke nendiza ePitoli

Imbangela yalezi zigameko ezimbili ayikaziwa kodwa uphenyo luyaqhubeka kanti futhi akukaboshwa muntu.

Okhulumela amaphoyisa uNqobile Gwala uthi: “Uphenyo luyaqhubeka ngalezi zigameko ezimbili zokubulawa kwabantu. Akukaboshwa muntu okwamanje.” 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.