Amaphoyisa athole insimu yensangu eGauteng

2017-11-18 11:26

Pretoria – Ukusebenzisana komphakathi namaphoyisa eGauteng kube wumvuzo omuhle, kubalwa nokutholakala kwensimu yensangu eMuldersdrift ngoLwesihlanu.

Amaphoyisa aseGauteng athole ne nsimu ngoLwesihlanu acekela phansi izitshalo zensangu ezingu-3 000.

Amaphoyisa, inkampani yonogada kanjalo nomphakathi bahlanganyele ndawonye basebenzisana eMuldersdrift, eGoli kwabaholela ensimini yensangu.

OLUNYE UDABA:Kutholwe indathane yensangu enkulisa eKapa

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Mavela Masondo uthe akukaboshwa muntu.

Ngesikhathi amaphoyisa eseMuldersdrift aphinde agasela esitolo ezidayisa utshwala, azivala aqeda ashaqa inqwaba yatshwala. 

Kwesinye isigameko esihlukene, amaphoyisa asukumele udaba ngemuva kokuncinzwa indlebe wumphakathi waseDuduza e-East Rand kwaboshwa indoda eneminyaka engu-42 ubudala, etholwe nomthunzi wezinkukhu olinganiselwe malini engu-R600 000.

"Khonamanjalo, ukusebenzisana kwamaphoyisa nomphakathi kuphinde kwawusizo olukhulu eVila Lisa eDawn Park. Amaphoyisa alusukumela phezulu udaba kwaboshwa indoda, 20, ngokudayisa izidakamizwa," kusho uMasondo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.