Amaphoyisa athungatha abahlasele babulala owesimame eMahlabathini

2018-03-17 12:36

eMahlabathini - Amaphoyisa aphume umkhankaso wokuthungatha abasolwa abahlasele babulala owesimame osemncane endaweni yaseMahlabathini.

Lo mama onezingane ezimbili ezineminyaka emibili nengu-8 ubudala udutshulwe ngesikhathi kugqekezwa ekhaya.

Kuthiwa umufi, 29, wayelele nezingane ezakhe emzini oseNsuze ngesikhathi behlaselwa oshayasibhamu ngo-04h00 ekuseni bavulela ngenhlamvu.

OLUNYE UDABA:Owesilisa uzidubule wazibulala phambi komuzi kamengameli

Lo mama waphuthunyiswa esibhedlela ngemuva kokulimala kulesi sigameko. Ngenhlanhla izingane zakhe kazizange zilimale.

Ngokusho kwamaphoyisa aseNsuze, lo mama useshonile kanti abasolwa kabakabanjwa yize lesi sigameko senzeka ngenyanga yokuqala kulo nyaka.

Amaphoyisa asenxusa umphakathi ukuba ulekelele ngolwazi olungaba wusizo kuboshwa abasolwa.

Uma kukhona onolwazi olungaba wusizo angaxhumana nomseshi waleli cala uSergeant K Mboa ku-082 4629019, kubika iZululand Observer.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.