Amaphoyisa athungatha abasolwa abathathu ngelokubulala

2016-07-08 12:36

Johannesburg – Amaphoyisa athungatha abasolwa abathathu ngemuva kokudubulana okwenzeke eHanover Park eWestern Cape ngoLwesine.

Kubulawe abantu ababili kwalimala abahlanu, okubalwa kubona nengane.

Amaphoyisa atshele i-eNCA ukuthi isisulu sokuqala esineminyaka engu-23 ubudala sidutshulwe esikhumulweni samabhasi kanti abasolwa babalekile endaweni yesehlakalo.

Funda nalolu daba: Kuqubuke udlame lwamaqembu ezigebengu

ULieutenant Colonel Andre Traut ukuqinisekisile ukuthi kudutshulwe kwabulawa nomunye umlisa oneminyaka engu-27 ubudala, kanti abanye bathole ukulimala ngesikhathu kudutshulwana namaphoyisa ku-Athens Walk eHanover Park ngoLwesine  ekuseni.

Kulesi sehlakalo kuphinde wadubuleka ingane yentombazane eneminyaka engu-8 ubudalaka kanti isesibhedlela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.