Amaphoyisa athungatha isalukazi esithunjwe yizigebengu

2018-02-07 12:30

Sterkstroom – Amaphoyiska athungatha isalukazi esithunjwe ngesikhathi singenelwa yizigebengu emzini waso ngoLwesibili ebusuku.

UDenise Bartlett, 71, nomzukulu wakhe bafike ekhaya ngabo-19:00 ngoLwesibili, kuthe uma bengena endlini, bazithela phezu kwamadoda amabili abehlomile ase eyabashaya, kusho okhulumela amaphoyisa uNamhla Mdleleni.

Uthe abahlaseli bathathe isamba semali esingadalulwanga ngaphambi kokuphoqa uBartlett ukuba angeke kwiChevrolet Spark yakhe base beyishaya iyazula.

UMdleleni unanele ngokuthi kunethimba elijutshiwe ngenhlso yokuthungatha lesi salukazi. Uthe kuvulwe icala lokuthumba nelokugqekeza.

UMkhuzi wamaphoyisa aseQueenstown, uMajor General Funeka Siganga, unxuse abangaba nolwazi bashayele u-086 001 0111.

Kwesinye isigameko, amaphoyisa aseMzumbe, KwaZulu-Natal, acela ukufuniswa uNtombifuthi Cecelia Mngoma owahamba emzini wakhe oseMlenze, ngomhlaka-28 Januwari nonyaka, wangaphinde wabuya.

Ngosuku anyamalala ngalo wayegqoke ingubo e-pink, kanti kubikwa ukuthi wayenokudideka emqondweni futhi engakwazi ukukhuluma into ecacile.

Kucelwa onolwazi ukuba axhumane namaphoyisa aseSouthport kwethi 039 688 9900 noma iCrime Stop ku-08600 10111.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.