Amaphoyisa avimbezele izigebengu ziqeda kubulala

2016-05-27 18:30

Kimberley – Kuboshwe abantu abathathu ngemuva kokuthi kudutshulwe owesilisa emzini wakhe, kubika iDiamond Fields Advertiser.

Amaphoyisa, abosizo lokuqala kanye namaphoyisa omphakathi banconywe kakhulu ngomsebenzi wabo wokusukuma ngokushesha uma bezwa ngalesi sigameko.

Isakhamuzi saseNew Park uGert Gagiano, 70, ugqekezelwe emzini wakhe futhi wadutshulwa ngolwesine ekuseni.

OLUNYE UDABA:Baboshiwe abafundi abacekele phansi impahla yesikole e-KZN

Amaphoyisa akwazile ukulandela umkhondo wabasolwa ngemizuzwana babathola bobathathu kanye nezinto ezebiwe.

Okhulumela amaphoyisa uomphakathi uLinja van Wyk, uthe uthole ucingo ngalesi sigameko kungakashayi no-9 ekuseni.

“Ngishayele uCraig van Rensburg we-ER24 ngisendleleni eya kulo muzi. Sibuye satshela namaphoyisa asebenzela kule ndawo alusukumele ngokushesha lolu daba,” kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.