'Amaphoyisa awadubule uma ehlaselwa'

2016-06-30 19:03

Johannesburg - ISouth African Police Union (Sapu) isinxuse amaphoyisa ukuba asebenzise izibhamu zawo uma izigebengu ziwahlasela.

Inyunyana ithi akwamukelekile nakancane ukuba amahpoyisa abulawe ngesihluku ekubeni enezibhamu.

Funda nalolu daba: Lihlehlile elabasolwa ngokubulala isaguga

Ithi sekuyisikhathi sokuba amaphoyisa aziphindiselele, kubika iSABC.

Lokhu ikusho kulandela ukubulawa kwephoyisa eDiepsloot enyakatho yeGoli ngoLwesibili, ngesikhathi umufi nozwakazo beshintsha ithayi lemoto.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.