Amaphoyisa ayalelwe ukuba angabashadi abokufika

2017-01-24 18:00

Lusaka – Amaphoyisa aseZambia ayalelwe ukuba angashadi nabantu bokufika, lokhu kungokwesitatimende esizungeza ezinkundleni zokuxhumana sika-Inspector General Kakoma Kanganja.

"Kukhishwe umbiko ovela kubaphathi bamaphoyisa obhekiswe emaphoyiseni othi alikho nelilodwa iphoyisa okufanele lishadelwe noma lishade nowokufika," kufundeka ingxenye yesitatimende.

OLUNYE UDABA:I-IPID igasele emzini kaKhomishana wamaPhoyisa obambile

Isitatimende siphinde siluleka amaphoyisa aseshadelwe noma asashada nabokufika ukuba adalule ophathina lingakapheli isonto.

Lesi sitatimende sangomhlaka-11 Januwari 2017, siqhuba ngokuthi labo abayohluleka ukwenza lokhu bayoqondiswa izigwegwe.

Okhulumela amaphoyisa u-Esther Mwaata Katongo uvikele lo myalelo ngokuthi ukhishwe ngokoMthethosisekelo, kubika iLusaka Times.

UKatongo uthe lo myalelo wemishado uyavela kwiZambia Police Act 103 Section 3 no-5.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.