Amaphoyisa ayalivuma iphutha lawo ngodaba lukaKatlego Joja

2018-05-09 11:05

Okhulumela amaphoyisa esifundazweni saseGauteng uthi kube yiphutha lamaphoyisa ukuba benqabele umndeni kaKatleko Joja icala lokulahleka kwakhe.

UBrigadier Mathapelo Peters ubekhuluma uhlelweni lwasekuseni ku-eNCA lapho eveze khona ukuthi kube yiphutha elibi ukuthi amaphoyisa atshele lo mndeni ukuba ulinde amahora angu-24 ngaphambi kokuvula icala lengane elahlekile.

"Kwaphuma umyalelo oqondile kazwelonke ukuba amacala abantu abalahlekile kumele athathelwe phezulu. Ngale kwalo myalelo, lowo owayenguNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula wakhipha umyalelo wokuba imacala abantu besifazane kanye nezingane yiwona okumele athathelwe phezulu kakhulu,"kusho uPeters.

OLUNYE UDABA:Uhleli lubhojozi umndeni otakule uThabani Mzolo osizini

Isidumbu sikaKatlego, 10, sitholakale sintanta emfuleni waseMamelodi ngeSonto ngemuva kokuba alahleke ngoLwesine olwedlule.

Le ngane ibiphila nokukhubazeka kohlobo lwe-Autism.

Umndeni wakubo uthi uphatheke kabi kakhulu ngendlela amaphoyisa alusingatha ngayo lolu daba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.