Amaphoyisa ayaphenya ngengane 'ebulawe yi-teargas'

2017-05-30 11:01

Johannesburg – Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aseqalise uphenyo ngemuva kokuba usana olunamasonto amabili luzelwe lushonile kulandela ukuhilwa yisisi esikhalisa unyembezi ngesikhathi kunombhiksho.

Amaphoyisa asebenzise isisi esikhalisa unyembezi kanye nezinhlamvu zenjoloba ukuhlakaza amalungu omphakathi abebhikisha emijondolo yaseForeman Road.

Izakhamuzi zingenele umbhikisho zikhala ngokugqoza kokulethwa kwezidingo zomphakathi.

OLUNYE UDABA: Udedelwe umlingisi obebandakanyeka kwelabadayisa ngomzimba

Kukholakala ukuthi kunenqwaba yemijondolo okungene kuyona isisi esikhalisa unyembezi, nokwenze usana lwehluleka ukuphefumula kahle ngesikhathi lusendlini, kweminye yemijondolo.

Okhulumela amaphoyisa uThulani Zwane uthi: “Amaphoyisa aqalise uphenyo ngemuva kokushona kosana olunamasonto amabili luzelwe endaweni.

“Asazi ukuthi ingane ibulawe yini kodwa sisalinde ukuhlolwa kwesidumbu okuyikhona okuzocacisa ngokuthi kwenzakaleni kumfana.”

Ukushona kwale ngane kuholele emashini ebheke esiteshini samaphoyisa endawo, umama ephethe isidumbu sosana lwakhe ehola le mashi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.