Amaphoyisa ayaphenya ngokutholakala kwesidumbu sintanta emanzini

2018-04-12 15:59

Johannesburg - Kutholwe isidumbu sowesilisa ongaziwa sintanta emfuleni iLetaba River ngoLwesihlanu wnagomhlaka-6 Ephreli, kubika iLetaba Herald.

Amaphoyisa eRitavi, eLimpopo aseqalile ngophenyo ngemuva kokubaabasebenzi basepulazini bethole isidumbu sendoda sinqunu.

Kukholakala ukuthi isidumbu ngesendoda eneminyaka ebalelwa kweko-40 ubudala.

OLUNYE UDABA:Kutholakale isidumbu emotweni eshile

Kubikwa ukuthi isidumbu besesonakele.

Igama lomufi alikaziwa namanje kanye nembangela yokushona kwkahe.

Onolwazi ngemininingwane yesigameko nalowo ongasizo ngokuhlonza le ndoda uyacelwa ukuba axhumane noDetective BK Homu ku-082 549 5535 noma ashayele ucrime stop ku-08600 10111 okanye athumele i-SMS ku-32211 noma aphuthume esiteshini samaphoyisa aseduzane.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.