Amaphoyisa ayaphenywa ngokushona komfana, 16, eNorth West

2018-04-24 18:00

Mahikeng - Umfana oneminyaka engu-16 ubudala ushone kwizidubedube ezenzeke njengoba bekunombhikisho eNorth West, lokhu kuqinisekiswe ngamaphoyisa ngoLwesibili.

Lo mfana ushone ngoMsombuluko endaweni yaseTaung.

Okhulumela amaphoyisa kule ndawo uLieutenant-Colonel Sabata Mokgwabone ukuqinisekisile lokhu wathi amaphoyisa aphenya icala lokubulala.

OLUNYE UDABA:Kuhlaselwe indoda esolwa ngokungamukhokheli umqwayizi

"Singakuqinisekisa ukuthi kuvulwe icala lokubulala nophiko oluphenya amacala enziwe ngamaphoyisa," kusho yena.

UMoses Dlamini okhulumela lolu phiko lwe-Ipid uthe bamatasa nophenyo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.