Amaphoyisa azophuma ngobuningi bawo ngale mpelasonto

2018-03-29 11:06

EThekwini -  UKhomishani wamaphoyisa eLimpopo uLieutenant-General Nneke Ledwaba unxuse bonke abaya emaholidini nabaya emabandleni ahlukahlukene ukuba baqaphele futhi baphephe.

ULedwaba uthe ufuna ukuqinisekisa ukuthi lesi sifundazwe kasinabugebengu nanokuthi bonke abenza okuphambene nomthetho bajeziswa kanzima kabi.

Uthe lesi sifundazwe sinezinhlelo ezahlukahlukene ezibekiwe zokuqinisa umthethu futhi amaphoyisa azobonakala yonke indawo ngalawa maholidi futhi nemigwaqo izobe iqashwe ngawokhozi.

OLUNYE UDABA:Alikaboshwa iphoyisa elisolwa ngokunukubeza abafundi ngokocansi

"Abashayeli kumele babekezelelane, bahloniphane futhi bacabangelane emigwaqeni.

"Amakholwa ayanxuswa ukuba agade izingane zawo kanye nozakwabo futhi angadlali somathuba abayizinswelaboya,"kusho yena.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.