Amaphoyisa azoqhubeka nokuqapha isimo eMzimkhulu

2017-10-21 09:01

Durban – Us'gaxamabhande emaphoyiseni akwaZulu-Natal uwaphikile amahlebezi wokuthi kumisiwe ukwengezwa kwamaphoyisa eMzimkhulu wathi kufika amaphoyisa amasha nsukuzonke ezoqapha isimo kuleya ndawo.

IBamba likaKhomishana wamaphoyisa uMajor General Bheki Langa ngoLwesihlanu uthe ukutshalwa kwamaphoyisa engeziwa azobhekana nodaba lwamacala okubulala wumsebenzi oqhubekayo.

"Amahlebezi wokuthi kuhoxisiwe ukutshalwa kwamaphoyisa eMzimkhulu akulona iqiniso. Amaphoyisa ayashintshana kuleya ndawo ngoba kudingeka kufike amaphoyisa amasha azohlola isimo nsukuzonke ukuze siwuqhube kahle umsebenzi wethu," kusho yena.

OLUNYE UDABA:Umholi weqembu eliphikisayo uboshelwe elokuzama ukubulala

Uqhubeke wathi uphiko olubhekana namacala abukhali lukhona nalo kanti luqoqa ulwazi oluzosiza njengoba kusaphenywa.

Uthi banxusa umphakathi ukuba usize ngolwazi mayelana nobugebengu obenziwayo kule ndawo, lokhu kuzolekelela amaphoyisa akwazi ukuthola umhlahlandlela futhi bakwazi ukuvikela kalula lo mphakathi.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.