Amaphoyisa kaMasipala ayaphenya ngephoyisa elishaye owesimame

2018-04-28 09:36

eTshwane -  Amaphoyisa kaMasipala waseTshwane athi ayaphenya ngesigameko sokushaywa kowesimame.

Lokhu kulandela ukubonakala kwe-video ebonisa iphoyisa elingekho emsebenzini likhahlela lo wesimame.

Leli phoyisa lingahle libhekane namacala okushaya.

OLUNYE UDABA:Uvelile enkantolo uthisha osolwa ngokudlwengula umfundi

Amaphoyisa athi sithathiwe isitatimende saleli phoyisa lowesimame kanye nesitatimende salowo oshayiwe.

Kuthiwa lesi sigameko senzeke ekuwaleni kwale nyanga elokishini laseHammanskraal.

Okhulumela amaphoyisa kaMasipala u-Isaac Mahamba uthe: "Lo wesimame ohlaseliwe uzonikwa usizo lwezempilo futhi kungahle kuvulwe icala lokushaya."


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

New Works Co-Ordinator

Western Cape
Odwyer Personnel
R14 000.00 Per Month

Trainee Auditor

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.