Amaphoyisa kawathi vu ngokwenzeke ngaphandle komuzi kaMadikizela-Mandela izolo

2018-04-07 13:29

eGoli - Amaphoyisa aphenya ngesigameko okuthiwa senzeke ngaphandle komuzi wenqalabutho uWinnie Madikizela-Mandela ngoLwesihlanu ebusuku.

NgoMgqibelo ekuseni, amaphoyisa bewanganguzulu ebuya emakheni kulo muzi ezophenya ngokwenzekile.

Ngesikhathi ebuzwa ngokuthi kwenzekaleni, okhulumela amaphoyisa uKay Makhubela uthe: "Ngisazoxhumana futhi ngibikele umbutho kazwelonke kuqala ngaphambi kokuba ngibuyele kunina."

UMakhubela uqinisekisile ukuthi kukhona okwenzekile kodwa wangaphumela obala ngokuthi kwenzakaleni.

OLUNYE UDABA:Osebenza e-car wash ushaye wachitha nemoto yekhasimende

"Amaphoyisa amatasa ngokuqoqa ulwazi, sizonibikela kahle ngokuhamba kwesikhathi.

UNgqongqoshe wamaphoyisa uBheki Cele naye ubonakale kulo muzi.

Udaba olugcwele luzolandela.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.