'Amaqembu amasha ehlisa isibalo sabalandeli be-ANC'

2016-08-07 11:21

Pretoria – Ukuvuka kwamaqembu amasha ezepolitiki eNingizimu Afrika kwehlise isibalo sabalandela i-ANC, kusho okhulumela iqembu, uZizi Kodwa.

Ekhuluma kwi-newsletter ye-ANC, uthe ezweni lonke siyehla isibalo sabantu abalandela iqembu kanti lokhu sebekubone kaningi uma kunokhetho lokuchibiyela.

"Kumele lokhu sikubuke njengokuvuthwa kwentando yabantu. Ayanda amaqembu ezombusazwe. Akuselona nje iqembu elilodwa elikhonyayo. Iningi lamaqembu liphuma kwi-ANC. Ngamanye amazwi kuhamba abalandeli baleli qembu,’ usho kanje.

Funda nalolu daba: Kuboshwe abathathu ngokubulawa kowe-ANC

Isibalo sabalandela i-ANC sibonakale sehle ngo-60% ezwe lonke kuleli sonto lokhetho.

Lehlulekile leli qembu ukuthola u-50% wamavoti eTshwane, Ekurhuleni, Nelson Mandela Bay, naseMogale City.

"Kodwa njenge-ANC sisakujabulele ukuthi sisayiqembu elihamba phambili,” kusho uKodwa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.