Amaqembu aphikisayo amfuna ehambile uMengameli Zuma

2018-01-31 15:59

Johannesburg - Iyakhula ingcindezi ebhekiswe kuMengameli Jacob Zuma njengoba amaqembu aphikiskayo esebabele ePhalamende, kanti iDemocratic Alliance ifuna kuhlehliswe inkulumo ebhekiswe esizweni.

I-Economic Freedom Fighters yona ifuna kuvotelwe ukungathembakali kobuholi bukaZuma ngosuku azokwethula ngalo inkulumo.

I-United Democratic Movement nayo ibize umhlangano wawo wonke amaqembu aphikisayo ngoLwesihlanu ukudingida isiphakamiso se-EFF.

Ingcindezi ikhona ngisho ngaphakathi kwi-African National Congress njengoba kukhona abafuna ubuholi benhlangano butshele uZuma ukuthi akashenxe esikhundleni, kanti amanye amalungu eNational Working Committee atshele iNews24 ukuthi lokhu kumele kwenzeke ngaphambi kweState of the Nation Address.

OLUNYE UDABA: I-ANC izokhuluma ngolukaZuma kuleli sonto - Mashatile

USihlalo we-ANC uGwede Mantashe utshele iNews24 ngoLwesibili ukuthi iTop 6 yenhlangano izohlangana noZuma ukudingida "izindlela" ezikhona ukugwema ukuthi aketulwe ngevoti ePhalamende.

"Kunenkulumompikiswano ekhona ngalolu daba kepha okwamanje sisabheka indlela efanele ukwenza lokhu," kusho uMantashe etshela iNews24.

Umholi we-DA uMmusi Maimane umemezele ngesitatimende asikhiphe ngoLwesithathu ukuthi ucele iPhalamende ukuba lihlehlise i-SONA kuze kube uZuma uyakhishwa esikhundleni.

I-EFF nayo ibhalele uSomlomo wePhalamende, uBaleka Mbete, inxenxa ukuba kudingidwe ngokungabethembi ubuholi bukaZuma.

UZuma usesinde kaningi amaqembu aphikisayo ezama ukumketula ngevoti.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.