AmaTuks afuna u-R2m ngomgadli - Umbiko

2016-07-01 08:31

Pretoria - Njengoba eseqalile amalungiselelo esizini entsha ngaphansi kweNFD, i-Uni­versity of Pretoria ifuna imali engaphezu kuka-R2 million ngo-Thabo Nemukondeni.

Lo mgadli, osasezinhlelweni zaleli qembu laseTshwane, ungomunye wabadlali amaTuks angase afune ukwenza ngaye imali kulandela ukugawulwa yizembe.

Funda nalolu daba: Sekuphelile ukuqagula ngekusasa lomgadli wodumo

Lo  mdlali wajoyina amaTuks ezinyangeni eziyisithupha ezedlule, kubika iSoccerLaduma.

Njengoba kuneqembu okukholakala ukuthi liyamfuna lo mdlali, amaTuks kuthiwa abheke ukumdayisa ngemali elinganiselwa ku-R2 million.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.