Amawele abusiswe ngamanye ‘amawele’

2016-07-06 19:01

Johannesburg – Amawele aseMelika asebelethe izingane zawo ngosuku olulodwa, ngesikhathi esifanayo, okuyinto engakaze yenzeka ngaphambilini.

Kuvele imibiko ethi uSarah Mariuz noLeah Rodgers babelethe izingane zabo ngo-01:18 ngoLwesibili, omunye eseDenver kanti lo omunye ubeseCalifornia.

Ngokusho kwePeople Magazine, la mawele aneminyaka engu-35 ubudala athi awazange ahlele ukukhulelwa kanye kanye, yize egcine esebeletha ngosuku olulodwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.