#ANC54: Ubuholi be-ANC bumemezele ukushintsha kwenani lamalungu azovota

2017-12-17 12:31

eThekwini - IPhini likaNobhala we-ANC uveze izizathu zokuthi kungani kuthathe isikhathi ukuqinisekiswa kwabantu abazovota kule nkomfa.

UJessie Duarte uthe ubuholi bukaKhongolose kwaZulu-Natal, Free State kanye namagatsha angu-35 aseNorth West abavumelekile ukuvota kule nkomfa.

"Lokhu kube yisinqumo esenziwe ngokulandela umthetho kanti futhi nawo lawa magatsha akwamukele lokho. Kukhona namanye amagatsha agcine esekhishwa ngenxa yezimo ezifana nokungaqinisekiswa kwemininingwano yabo ngokwamavoti asuka emagatsheni ahlukahlukene," kusho yena.

Uthi kuwo wonke lo msebenzi, kungcine sekubonakala nokuthi kukhona namanye amagatsha abekhishiwe kodwa ngokuhlolisisa kahle inqubo yokusebenza kwabonakala ukuthi kumele abuyiswe ngoba akhishwe ngephutha, lawa ngamatsha ase-Eastern Cape naseWestern Cape abebekhishiwe kodwa babuyiselwa ngemuva kokutholakala ukuthi bakhishwe ngephutha.

OLUNYE UDABA:Kuningi okumelwe "kuqondiswe" ngamagama amalungu azovota - Mbete

Lona ngomsebenzi omningi futhi akusiwona umsebenzi womuntu oyedwa, yingakho kuthathe isikhathi eside kangaka.

Inani labantu abazovota lisuke ku-5000 layohlala ku-4776.

.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.