#ANC54: UNkosazana Dlamini-Zuma

2017-12-17 12:07

IGAMA: Dkt Nkosazana Dlamini-Zuma

IMINYAKA:  68

UMLANDO WAKHE KWEZEBUHOLI:  UDkt Nkosazana Dlamini-Zuma unomlando omude wezobuholi kuhulumeni njengoba eseke waphatha eminyangweni embalwa kahulumeni futhi waba nguNgqongqoshe womnyango wezeMpilo (1994-1999), ezasiKhaya (2009 -2012) kanye nomnyango wezangaPhandle (1999-2009).

Ngo-2012 walishiya elakuleli eyothatha isikhundla sokuba ngowokuqala wesifazane ukuba nguSihlalo kaKhomishana we-African Union, kanti usanda kushiya lesi sikhundla ekuqaleni kuka-2017.

Selokhu abuya kwipolitiki yakuleli ugxile kakhulu emkhankasweni wakhe wokuthatha isikhundla sikaMengameli uJacob Zuma.

OKUHLE NGAYE: UDlamini-Zuma unolwazi oluningi njengomholi kuhulumeni kanye nakuKhongolose njengoba ajoyina lo mbutho esasewumfundi ewusebenzala ngezindlela eziningi esekubhaceni emazweni ahlukahlukene.

EsenguNgqongqoshe wezeMpilo uDlamini-Zuma wasungula futhi waqinisekisa uMthetho wokunqanda labo ababhemela emphakathini kanye nokukhangiswa kogwayi.

OKUBI: Ibudlelwane bakhe nalowo owayengumyeni wakhe uJacob Zuma kumenze waba ngumuntu ogxekwa kakhulu ngokuthi uzoqhuba izinhloso zikaZuma futhi ahambe ezinyathelweni zikaZuma. Okunye okusulakalayo wukuthi uzozama ukumvikela kungabe kusaqhutshekwa namacala enkohlakalo abekwe uZuma.

Umkhankaso wakhe wesekwa kakhulu ngabalandeli bakaZuma nokuyinto eyenza angatshazwe lomholi wesekwa nangamagatsha ahlukahlukene kaKhongolose okubalwa kuwo uphiko lwentsha kanye nolwabesimame.

UBUHOLI AZOGADLA NGABO: Yize ekhethe ukungahambisani nozakwabo iPhini likaMengameli uCyril Ramaphoya, ukhethe ubuholi bakhe azogadla ngabo ezikhundleni eziyisithupha eziphambili.

IPhini likaMengameli: David “DD” Mabuza

UNobhala-Jikelele: Ace Magashule

IPhini likaNobhala: Jessie Duarte

Usihlalo kaZwelonke: Nathi Mthethwa

UMgcinimafa: Maite Nkoana-Mashabane


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.