Angahle aboshwe umshayisibhakela ogqeme izikhulu zamanqindi

2016-08-02 11:30

Thohoyandou - Umphathi we-Boxing SA Gauteng u-Archie Nyingwa, onompempe uThabo Spampool kanye noBen Ncapayi batshele abe-Sowetan ukuthi bavulele lo mshayisibhakela icala lokushaya emaphoyiseni aseThohoyandou.

Kuthiwa uNdou ugqeme nge-knobkerrie, ebasola ngokumosha impilo yakhe ngokuhoxisa ilayisensi yakhe.

OLUNYE UDABA:Uyebekwa namuhla umshayisibhakela wodumo

Laba bobathathu bebese Thohoyandou lapho bezokala abashayi sibhakela abangenele umqhudelwano we-Mulenzhe World Sports Promotions.

"Ngike ngatshelwa kuthi uNdou usefike kabili kule ndawo efuna abamele i-BSA. Uthe esebuya futhi ubesephethe i-knobkirrie wasithola simatasa ngokukala. Ubesimemeza esithuka,”kusho uNyingwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.