Angase akhuze ibuya emsakazweni wase-KZN uDj Sbu

2016-05-10 14:40

Durban - Uma konke kuhamba ngokohlelo, uDj Sbu angase azwakale kwesinye seziteshi zomsakazo KwaZulu-Natal eshayela uhlelo lwantambama.

Lo DJ ogama lakhe langempela nguSibusiso Leope, kuthiwa usezingxoxweni nesiteshi esizinze eThekwini, iVuma FM, ngethemba lokukhuza ibuya kwezomsakazo, kubika iSowetan.

Ngokusho komthombo ongaconsi phansi, uLeope ufuna ukwethula uhlelo lwantambama uma kuvunyelwana, kanti uzosakazela estudyo esiseRosebank, eGoli.

ULeope uzobe ejoyina izinkakha zanasakazi okubalwa uLinda Sibiya noLucky Sefatsa.

OLUNYE UDABA: UDJ Sbu uzame ukuncenga owayeyingoduso - Umbiko

Inhloko yezomsakazo kwaTimes Media, uTony Mallam, uqinisekisile ukuthi basezingxoxweni noLeope.

"Yebo, sisitholile isiphakamiso esivela kuye kanti kusaqhubeka izingxoxo. Kusasekuseni ukuthi singaqagula okuzokwenzeka. Sizoba nomhlangano naye kuleli sonto.”

Uthe ngokwejwayelekile, iVuma izenza ngoJulayi izinguquko.

Ethintwa uLeope ushone ezintangeni, kepha wagcina evumile ukuthi usezingxoxweni neVuma.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.