Angase athole ibhonasi lika-R9.5m owesule kwa-Eskom

2016-11-20 13:31

Johannesburg – Nakuba ehlale kulesi sikhundla isikhathi esingangonyaka nengxenye, lowo owayeyisikhulu esiphezulu kwa-Eskom uBrian Molefe angase athole ibhonasi lezigidigidi kule nkampani, ngokombiko weSunday Times.

Kubikwa ukuthi imali yebhonasi engu-R9.5-million angase akhokhelwe yona ngoJanuwari uma eseshiyile.

Iphephendaba lithi uMolefe ubehola imali engu-R8-million ngonyaka, kanti futhi kwavunyelwana nangamabhonasi ngo-Ephreli wangonyaka odlule, yena kanye nabanye abayizikhulu.

UMolefe wajoyina i-Eskom ngo-Epreli 2015, ngemuva kweminyaka emine eyisikhulu esiphezulu kwa-Transnet.

OLUNYE UDABA: Bazosheshe bahole abathola eyesibonelele kuhulumeni

Ufake incwadi yokwesula kule nyanga kwa-Eskom, ngemuva kwesonto uMbiko kamaDonsela uveze ukuthi ubevame ukuvakasha ngasemzini wabakwaGupta oseSaxonwold .

Usihlalo wakwa-Eskom uBen Ngubane watshela iphephandaba ukuthi ngisho kuthiwa uyafuna ukunikeza uMolefe imali, akanawo lawo mandla yena.

Kumele senze izinto ngokuhambisana nemigomo.

“Ngimkhonzile impela kodwa ngeke ngakwazi ukuvele ngimnikeze imali ethile,” kusho iphephandaba licaphuna uNgubane.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.