"Angazi zatholakala kanjani izicubu zomzimba emotweni yami"

2016-07-28 08:01

Mokopane - Indoda yaseLimpopo esolwa ngokubulala owesifazane ongaziwa ngoba efuna izicubu zomzimba wakhe iphikile ukubandakanyeka ekudayiseni izicubu zomzimba, lokhu kulalelwe enkantolo yeMantshi yaseMokerong ngoLwesithathu.

U-Edward Raatjie, 50, uthe akazi kungani aboshwa nokuthi zatholakala kanjani izicubu zomzimba emotweni yakhe.

OLUNYE UDABA: lisenkantolo elombulali odayise izicubu zomzimba

Ngesikhathi efaka isicelo sebheyili ngoLwesithathu uRaatjie utshele inkantolo ukuthi ufuna imudedele ngebehyili ukuze ezokwazi ukuqhubeka nokunakekela izingane zakhe aphothule nezifndo zakhe.

URaatjie uphinde wachaza ngesimo sempilo yakhe walandisa inkantolo ngokugula kwakhe echaza kabanzi izizathu zokuba kungani kufanele adedelwe ngebheyili.

URaatjie usolwa ngokubulala, ukutholakala nezicubu zomzimba nelokwephula umthetho wezindumbu.

 - ANA

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.