Angeke ngisebenze ngaphansi kukaRamaphosa - Masina

2017-10-31 18:01

Johannesburg - IMeya yaseKurhuleni uMzwandile Maisna ithi izokwesula esikhundleni sayo uma iSekela likaMengameli Jacob Zuma, uCryril amaphosa, ephuma phambili okhethweni lokuqokwa kobuholi be-ANC lwangoDisemba.

UMasina uhambisana nembangi zikaRamaphosa, uNkosazana Dlamin-Zuma, ukuba kube nguye ongena kwesikaMengameli Zuma sokuba wumengameli kaKhongolose.

"Angeke ngisebenze ngaphansi kukaRamaphosa," usho njalo etshela iNews24.

OLUNYE UDABA:Ukusekwa kwaDlamini-Zuma yi-ANCWL kuwukuxhamazela – ANC

UMasina ubeziphendulela ezinsolweni zamalungu egatsha lakhe, ezithi uyayibambezela inqubo yokuqokwa kwabazongena kulesi sikhundla ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi kuqokwa uDlamini-Zuma.

''Ngizoyeka. Angisoze ngakwazi ukusebenza ngaphansi kukaRamaphosa. Ngiyamhlonipha njengomfowethu omdala, futhi njengomholi. Kodwa angikholelwa kulolu hlangothi akulo. Ngakho-ke angaba umholi kodwa mina ngiyaphuma," usho njalo.

UMasina uthe uzokwehla esikhundleni sobumeya nokuba wusihlalo wesifunda uma iningi legatsha akulo kwisifunda liphakamisa igama likaRamaphosa esikhundleni selikaDlamini-Zuma.

"Lokho kuyochaza ukuthi angisiye umholi, angikwazi ukuhola abantu abangangilaleli. Lona akusiwo umjaho wesokwengamela, kepha yipolitiki," esho.

UMasina, ongumlandeli omkhulu kaZuma, ubelokhu ebhekene ngeziqu zamehlo nobuholi be-ANC esifundazweni njengoba sebake bazwakalisa ukuthi bufuna uZuma ehle esikhundleni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.