Angijoli noSabelo - Owaxoshwa kuZalo

2016-03-30 11:31

Johannesburg - Umculi ophinde abengumlingisi owayedlala emdlalwweni wakumabonakude ku-SABC1, Uzalo, uThandeka Zulu usekhathele amahlebezi athi uthenjswe umshado.

Imbiko yangemopelasonto ithi uThandeka wathenjiswa umshado nguSabelo Ngema acula naye.

USabelo noThandeka bangamalungu eqembu lomculo i-AfroSoul kanti kuthiwa abahlukani kangangokuthi uSabelo waze wabona kungcono ukuba athumele omalume beyocela isihlobo esihle.

OLUNYE UDABA: Usolwa ngokuzikhukhumeza umculi oxoshiwe kuZalo

Amahlebezi athi ngempelasonto uSabelo wakhokha amalobolO. Lokhu kulandela ngemuva kokuba ebonakale kubo kaThandeka oTongaat ngaphandle kwaseThekwini KwaZulu-Natala.

UThandeka usechithe amahlebezi kanti ukholwa ukuthi umsuka wawo ingenxa yokuthi uSabelo wabonakala kubo oTongaat ngempelasonto.

Lo mculi uthe: "Kwakunephathi ekhaya kanti uSabelo wayeyisihambeli sethu. Asikaze sijole.

"Angazi kufanele ngisho kangakhi lokhu. Asijoli. La mahlebezi ayangicasula ngoba ngimthathisa okomfowethu. Angisoze ngathandana naye," usho kanje.

Yize kunjalo uSabelo usho okunye mayelana nokujola kwabo.

"Mina noThandeka asisathandani. Yebo sasijola kodwa sahlukana ngoba ngithandana nomama wengane yami engihlela ukumshada. mina noThandeka sihlanganiswe wumsebenzi," usho njalo, kubika iDaily Sun

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.