Angikabi ngumdlali weChippa - Masuku

2016-07-19 08:10

Johannesburg - Nakuba womabili amaqembu eseqinisekisile, uMenzi Masuku yena uthi akukaphothulwa sivumelwano ngokusuka kwakhe kwi-Orlando Pirates ayekwiChippa United.

Ngesonto eledlule kumenyezelwe ukuthi lo mdlali uzojoyina iChippa United njengokusho kwePirates, neChippa yakuqinisekisa lokho, umbiko.

Funda nalolu daba: Uthi unamaphupho amaningi osanda kujoyina iPirates

Kodwa uMasuku ubengekho yena ngesikhathi leli qembu lase-PE lethula abadlali balo abasha ngeledlule, kanti manje usedalule ukuthi abakasiphothuli isivumelwano.

“Akukho osekuqinisekisiwe [ngokujoyina iChippa], ngakho okwamanje ngisagxile eqenjini lesizwe ukuze senze kahle eRio,” kusho uMasuku kwiKickOff.com.

UMasuku uqhube wathi ukuyodlala kuma-Olympics kungukufezeka kwephupho lakhe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.