'Angikaze ngimebele uMugabe, naye angafakaza'

2018-04-25 12:32

Johannesburg - Isosha laseZimbabwe, elisolwa ngokweba ama-laptop angu-119 emzini kalowo owayengumengameli wezwe uRobert Mugabe, kubikwa ukuthi utshele inkantolo ukuthi izinto okuthiwa wazintshontsha wazinikezwa nguMugabe uqobo lwakhe.

Ngokombiko weNew Zimbabwe.com, uPepukai Zvakavapano, utshele inkantolo ukuthi ngisho noMugabe angamfakazela kulokhu.

OLUNYE UDABA: UMengameli ufuna kuvalw eindabaye-oral sex ezweni

UZvakawapano wayengomunye wonogada bakaMengameli.

Imibiko evele ekuqaleni kwenyanga ithi kungene izigebengu emzini kaMugabe oseHarare, kwebiwa ama-laptop angu-119 kanye nama-computer ayisikhombisa.

Ukuthi kunezinto ezebiwa kubonakale ngesikhathi umndeni wakwaMugabe usukhipha izimpahla zawo emzini kahulumeni, uya emzini wawo oseBorrowdale, ngokubika kweNewsDay.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.